#TaxiStrike: "Ucishe wathola isibhaxu okhiphele osomatekisi isibhamu

2017-06-15 14:03

Durban -  Imibiko ithi sesiphelile isiteleka sosomatekisi esiqale ngezintatha zangoLwesine, kodwa yize kunjalo, imigwaqo ayikavuleki kahle emadolobheni afana naseMidrand, ePitoli nasenkabeni yedolobha laseGoli.

Ngokwemibiko evelayo, umgwaqo u-N1 obheke ngasenyakatho phakathi kwaseGoli nasePitoli kubikwa ukuthi usuvuliwe ukuba zingahamba izimoto.

Nakuba kunjalo, u-N1 obheke eningizimu kubikwa ukuthi usavaliwe. Amaphoyisa kamasipala azame ukususa iloli elisetshenziselwe ukuvala umgwaqo.

Lesi siteleka simenyezelwe ngoLwesithathu lapho abanikazi bamatekisi beveze ukuthi bazomashela emahhovisi abaxhasi bamatekisi njengoba bekhalaza ngamanani amakhulu okuthengwa kwamatekisi.

Umonakalo odalwe yilesi siteleka ubungalindelekile.

OLUNYE UDABA:Sesiphelile isiteleka sabamatekisi eGauteng

Abashayeli bamatekisi baqale ukuvala imigwaqo emikhulu eGoli kusukela ezintatha zangoLwesine, ngo-03:00 ekuseni - imigwaqo efana no-N1, N3, N14 naku-M1  ibisivaliwe.

Ngezithuba zika-4:00 ekuseni, abashayeli bamatekisi bebephoqa abashayeli bamaloli ukuba bavimbezele imigwaqo nokubikwe ukuthi kunamaloli aduniwe ukuze kwenziwe lokhu.

Edolobheni lasePitoli abagibeli bebekhishwa emabhasini emgwaqeni uMabopane Highway kanti nabebezama ukubamba isitimela sikanokusho iGautrain bafike babhekana nenkinga ngoba bebekhona abashayeli bamatekisi abebevimba abantu.

Owesilisa ucishe wathola isibhaxu ethi usabisa abashayeli bamatekisi ngesibhamu efuna ukungena ngenkani esiteshini sesitimela. Abashayeli bamatekisi bavele bamqonda ngqo.

#TaxiStrike Taxis obstructing roads near the Brakfontein, Buccleuch & Diepkloof interchanges, affecting the N1, N3, N14 & JHB M1 ^NS pic.twitter.com/B3MkHtuV5M

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Investment Associate

Cape Town
Mass Staffing Projects
R620 000.00 - R780 000.00 Per Year

C# Developer

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R360 000.00 Per Year

Business Development Manager

Western Cape
Tumaini Consulting
R520 000.00 - R620 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.