Twitter: Ushayelwe ihlombe utolika wesiZulu kugwetshwa uBrickz

2017-10-17 18:00

Roodepoort -  Izinkundla zokuxhumana beziphayiza ilambu elibomvu njengoba bekugwetshwa isihlabani somculo weKwaito uSipho "Brickz" Ndlovu.

Abantu ezinkundleni zokuxhumana bebechazwa yindlela utolika wesiZulu abewuqhuba ngayo umsebenzi wakhe.

UBrickz ugwetshwe iminyaka engu-15 ejele ngokudlwengula isihlobo sakhe ngo-2013.

Igama likatolika uSizakele Mhlongo belisematheni enkundleni yezokuxhumana iTwitter.

Lo wesifazane oseneminyaka engu-22 ubudala manje wakhuluma ngesitatimende wathi ngemuva kokudlwengulwa ubesekuthola kunzima ukuphila.

Kunezinsolo zokuthi ubesenemicabango yokuzibulala.

Imali yebheyili kaBrickz engu-R50 000 ihoxisiwe ngemuva kokulahlwa yicala.

 - Twitter:

 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.