U-6-0 esiwunikwe yiDowns awamukelekile - Mhlongo

2017-02-13 13:02

Johannesburg - Umsizi kamqeqeshi we-Orlando Pirates uBenson Mhlongo uthi akwamukelekile ukwehlulwa ngo-6-0 kweqembu elikhulu kangaka.

IPirates ithelwe ngehlazo ngesikhathi idlala neMamelodi Sundowns eLoftus Versfeld Stadium ngoMgqibelo, kwagcina kuqubuka udlame olushiye kungeniswe esibhedlela abalandeli ababalelwa kwabangu-13.

"Amagoli angu-6 emdlalweni owodwa awamukelekile,” kusho uMhlongo, odalule ukuthi ibamba likamqeqeshi, u-Augusto Palacios, lokhu kumbangele ukhwantalala.

OLUNYE UDABA: Siyaziqhenya ngomsebenzi wethu

"Akukho esingakwenza manje…kudingeka sizame ukunqobela abalandeli  inkomishi, sithi siyaxolisa.

"Kumele sikhohlwe yilokhu, sibheke imidlalo elandelayo,” kuqhuba lo mqeqeshi owayengumdlali weBhakabhaka.

UPalacios wabamba izintambo kuMuhsin Ertugral owashiya iPirates kulandela ukushaywa ngo-6-0 yiSuperSport ngoNovemba.

- Kickoff.com

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.