U-Abrahams uzosimemezela namhlanje isinqumo ngokushushiswa kukaZuma

2018-03-16 12:31

Johannesburg – Inhloko yeNational Prosecuting Authority, uShaun Abrahams, kulindeleke ukuba asenze ngoLwesihlanu ntambama isimemezelo esibhekwe ngabomvu mayelana nokuthi uJacob Zuma uzobekwa yini amacala noma cha.

Lesi simemezelo sizokwenziwa ngo-15:30 emahhovisi e-NPA aseSilverton, ePitoli, kusho umkhulumeli wakhe uLuvuyo Mfaku etshela iNews24.

INkanto yoMthethosisekelo ngoLwesithathu yasihoxisa isicelo esafakwa yiCouncil for the Advancement of the South African Constitution (Casac), esasifuna ukuvimbela u-Abrahams ekutheni enze lesi simemezelo, ekubeni naye esabhekene necala mayelana nesikhundla sakhe kwi-NPS.

OLUNYE UDABA: U-Abrahams usesithathile isinqumo ngamacala anukwa ngawo uZuma

Amacala uZuma angase abhekane nawo mayelana nodaba lwango-2009 lwama"Spy Tapes" abandakanya inkohlakalo nokukhwabanisa.

UZuma ngaphambilini kwadingeka ukuba enze izincomo zokuthi kungani kumele kuhoxiswe la macala, ngemuva kokuthi iNkantolo eNkulu yokuDluliswa  kwamaCala yahoxisa isicelo sikalowo owayeyinhloko ye-NPA sokuthi kuguqulwe isinqumo esenziwa yiNkantolo eNkulu yaseNorth Gauteng mayelana nalolu daba.

I-NPA eminyakeni eyishumi eyedlula yathatha isinqumo sokuba angabhekani namacala uZuma.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.