U-Arthur akazange amhlasele uCici: Umdansi

2017-07-30 13:00

Johannesburg - Umdansi wesihlabani somculo weR&B uBusisiwe Cici Twala usola lo mculi ngokuqamba amanga ngokuhlukunyezwa yisoka lakhe elingumculi weKwaito u-Arthur Mafokate.

Lo mdansi ogama lakhe nguHlengiwe Makhoba, oseneminyaka emibili edansela uCici, uphinde wathi no-Arthur walimala ngenxa yale ngxabano eyayiphakathi kwabo bobabili.

OLUNYE UDABA: Kuvuke isikhwele intombi ka-Arthur isola ukuthi ujola noChomee

UCici wavulela le nkakha yomculo weKwaito icala lokushaya ethi yamhudula yaphinde yamklinya ngesikhathi bexabanela indaba yocingo olwangena ebusuku luvela komunye wesifazane besekameleni labo.

U-Arthur waboshwa kodwa naye wavula icala ethi uCici wamshaya ngezihlalo nangamatafula ngesikhathi kubangwa iselula.

Thola udaba oluphelele kwiphephandaba iSunday World

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.