U-Atandwa uthe bangase babenomntwana maduze noFiks

2016-07-25 13:33

Johannebsurg - Ngemuva kokuthembisana umshado kungazelele nomshado wabo owawuyimfihlo kubukeka sengathi u-Atandwa Kani noFikile Mthwalo babheke kwesinye isinyathelo ebudlelwaneni babo.

U-Atandwa ufake isithombe sakhe noFiks bephethe ingane kadadewabo enkundleni yezokuxhumana i-Instagram, wathi yena noFiks bebeyovakashela ingane.

OLUNYE UDABA: Osaziwayo bathi bashada bengakaze bajole

Lesi sithombe sibe sesiphekwa ngemibuzo, abantu bebuza ukuthi bona bazoba nini nengane u-Atandwa waphendula ngokuthi "maduze...maduze."

Njengamanje u-Atandwa ukuleli njengoba esathathe ikhefu ezifundweni zakhe azenza eNew York.

Nakuba kungakacaci ukuthi uzobuya nini kuleli ngokugcwele, uma ubheka, ubukisisa okubhalwe ngabantu kungase kwenzeke ukuthi ingane bazoyithola kungekudala.

ISITHOMBE:

@fiksie & I visited my sister @anatikani & her beautifully amazing baby girl Atinati Alicia Kani today.. Look at that gorgeousness!

A photo posted by Atandwa "The Prince" Kani (@atandwakani) on

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.