U-Atul Gupta ubabele enkantolo ngolwemali yakhe angavumelekile ukuyithinta

2018-02-19 14:02

Johannesburg – U-Atul Gupta uphonsele inselelo isinqumo sokuba kwi-akhawunti yakhe yasebhange angakwazi ukuthinta imali engu-R10 million.

Uphiko olushaqa impahla luthi le mali u-Atul wayithola ngomklamo wase-Estina Dairy Farm, eFree State.

Lo mklamo kwakuhloswe ngawo ukuthuthukisa abalimi abasafufusa, kepha bagcina bengasizakalanga.

UGupta ugxeke i-NPA, wathi ayithembekile, wathi abukho ubufakazi bokuthi yena wamukela imali yalo mklamo.

OLUNYE UDABA: UMalema uthi i-EFF izimisele ngokunika uRamaphosa ithuba

Emaphepheni awafake enkantolo, u-Atul Gupta uthi yena wahamba kuleli kuqala uFebhuwari, ngakho ufuna inkantolo iguqule isinqumo sokuvala ukusetshenziswa kwale mali.

Khonamanjalo, umfowabo, u-Ajay, usohlwini lwabantu abafunekayo kuleli kulandela ukungafiki enkantolo ngoLwesine olwedlule ngemuva kokuba oKlebe betshele abameli bakhe ukuthi uyafuneka ngamacala enkohlakalo.

OKlebe bagasela emzini wakwaGupta, bashaqa inqwaba yemiqulu ngeledlule.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.