U-Ben 10 ubaleke nemali yestokofela

2016-10-26 16:01

Johannesburg - Ugogo uNonkanyiso Dakuse,74, ubengumgcinimafa othenjwayo westokofela kodwa uBen 10 wakhe  oneminyaka engu-23 womdabu wamdalela izinkinga.

 Lo Ben 10, owaziwa ngoMohammed Motsepe, wathembisa ugogo isaphulelo ohambeni lwabo lwesitokofela oluya eKapa.

Kodwa uMohammed unyamalale nesamba semali engu-R65 000 okungeyeTranskei Retired Educators’ Stokvel.

Amalungu atshelwa ukuthi azohlala isonto lonke eholidini alale ehhotela likanokusho iTable Bay Hotel futhi azohamba ngebhanoyiyi lezikhulu.

Kunalokho agcine elale ehholo lomphakathi eKhayelitsha kanti bafike ngebhasi eKapa.

Funda nalolu daba: UMnyango uholela othisha abangasebenzi

“UNonkanyiso wasitshela ukuthi lo mfana omncane uyisoka lakhe,” kusho usihlalo westokofela uSigidimi Xundu,84.

Uthi noNonkanyiso abasamtholi kanti amaphoyisa athi ngeke akwazi ukuvula icala ngoba akayebanga, bamnbikeza bona ngokuthanda kwabo.

UNonkanyiso utshele iDaily Sun ukuthi uMohammed uhlobene noPatrice Motsepe futhi uzoyikhokha imali yesitokofela.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.