U-DJ uthi sonke sinezici kodwa esikaBonang esokusangana - Umbiko

2016-07-27 16:00

Durban - U-Euphonik ubenengxoxo noGareth Cliff ohlelweni lwakhe lapho athinte khona udaba lukaBonang, kubika iSunday World.

“Angimzondi, sibe naso isikhathi sethu futhi kwakumnandi kodwa ukuthi ngoke ngiphinde ngibuyele, cha.

"Asisakhulumisani naye ngakhoke angibinayo inking uma ngizoya emcimbini engazikahle ukuthi naye uzowuhambela, ngithatha ngokuthi ngizele okwami engizokwenza ngihlukane nokuningi," kusho yena.

OLUNYE UDABA:Udadewabo kaBonang uthi akafuni ukuqhathaniswa naye

Eqhubeka nokuphendula imibuzo, u-Euphonik uthe uBonang uphumelele kakhulu emsebenzini wakhe, kodwa njengathi sonke, sinohlangothi lokusangana ngezindlela ezingafani.

“Ngeke kwenzeke ukuthi uphumelele ngale ndlela kodwa ungabi nezici, ngiyacabanga ukuthi lesi isici sakhe.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.