U-Eskom ufuna u-R100m wokuthenga izihlalo - Umbiko

2017-10-08 12:00

Johannesburg - Inkampani kagesi ebhekene nezinkinga zezimali, u-Eskom, ifuna uMgcinimafa agunyaze ukuthengwa kwezihlalo ngezigidi zamarandi – nokuzobeka inani lezihlalo zasemahhovisi nezezivakashi ku-R100-million.

Le nkampani kagesi – ebhekene nezinsolo zenkohlakalo zokungaphathwa ngendlela kwemisebenzi – ifuna omunye u-R24-million ukuze izothenga izihlalo zezisebenzi kanye nezezivakashi ezingu-9 217.

OLUNYE UDABA: U-Eskom usumise ngokusemthethweni sikhulu

Kuthiwa uphenyo lukaMgcinimafa ngezihlalo ezingu- 9 217 ezifunekayo, luveze ukuthi zingu-500 izihlalo ezidingekayo kule nkampani.

Isicelo sakamuva sika-R24m singaphezu kwesika-R72.7-million abasifaka phambilini sokuthengwa kwezihlalo ‘ezintofontofo’.

Icishe ifinyelele ku-R100m isiyonke imali efunwa u-Eskom ukuthenga izihlalo ukuze izisebenzi nezivakashi zihlale ngokunethezeka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.