U-Onyango uthipha uKhune kwesikanozinti ovelele

2018-05-04 18:01

Cape Town - Unozinti weMamelodi Sundowns uDenis Onyango weseka imbangi yakhe u-Itumeleng Khune weKaizer Chiefs ekutheni kube nguye okhala emuke nendondo ye-Absa Premiership Goalkeeper of the Season.

Labo nozinti bobabili kulindeleke ukuba babange le ndondo emcimbini wokuhlonipha abadlali ngasekupheleni kwesizini.

U-Onyango udlale indima ebalulekile kwiSundowns edlale kahle yaze yanqoba isicoco seligi kwathi uKhune kwaba nguyena nozinti ohambe phambili ngokungangenelwa amagoli amaningi kwisizini ka-2017/18.

OLUNYE UDABA: Kuzoqala uKhune epalini koweBafana neSenegal

U-Onyango nakuba enqobe isicoco seligi neSundowns, ukholelwa ekutheni ukaputeni waMakhosi nguye obe ngunozinti ovelele isizini yonke, njengoba engangenelwanga amagoli emidlalweni engu-16.

U-Onyango utshele iSuperSport ngoLwesine ebusuku wathi: "Ngicabanga ukuthi u-Itu wenze kahle kakhulu. Awucabange nje imidlalo engu-16 ungangenelwa amagoli.

"Ungumdlali osezingeni eliphezulu, akukho angakwenzanga. Angazi ukuthi ngubani ozohlabana nale ndondo, kepha ngicabanga ukuthi imfanele yena.

"Mina sengingalala isibili. Yize ngingathanda ukuyinqoba, kepha ngicabanga ukuthi yena uyisebenzele. Uma umuntu enze kahle kumele ukuhloniphe lokho."

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.