U-Oscar usebabele eNkantolo yoMthethosisekelo ephikisa ukunwetshwa kwesigwebo

2017-12-19 16:00

Johannesburg – Umsubathi wakuleli ogijima ngamaxhumela, u-Oscar Pistorius, usefake amaphepha eNkantolo yoMthethosisekelo ephikisa isinqumo sokunikezwa isigwebo seminyaka engu-13 ngecala lokubulala.

La maphepha afakwe enkantolo ngoMsombuluko, kutshelwa iNews24.

Kuzokhumbuleka ukuthi ngenyanga eyedlule, iNkantolo eNkulu yokuDluliswa kwamaCala eBloemfontein yenyuse isigwebo sikaPistorius saba yiminyaka engu-13 ngecala lokubulala intombi yakhe uReeva Steenkamp ngo-2013.  

OLUNYE UDABA: Ubuyela enkantolo u-Oscar Pistorius ngolwesigwebo sakhe

"Isigwebo esehliswa yiNkantolo eNkulu ngecala lokubulala sibekwe eceleni, ummangalelwa usezohlala iminyaka engu-13 nezinyanga ezinhlanu ejele," kusho iJaji uLegoabe Willie Seriti ngaleso sikhathi.

USeriti wazwakalisa ukuthi empeleni uPistorius bekumele agwetshwe iminyaka engu-15 ebhadla ejele, kepha inkantolo i-SCA iyakuqonda ukuthi lo msubathi ubeseyidonsile ingxenye yesigwebo sakhe.

UMbuso wafaka isicelo sokuba kuguqulwe isigwebo seminyaka engu-6 esanikezwa uPistorius.

Lo msubathi odume umhlaba wonke waboshwa ngoSuku lweziThandani ngo-2013 – okungusuku abulala ngalo intombi yakhe.

Uthi wadubula ebhekise esicabheni segumbi lokugezela, ezitshela ukuthi udubula umgqekezi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.