Ubaba kaSenzo Meyiwa uthi usatshiswa ngokufa

2018-02-06 14:01

Johannesburg - Ubaba kalowo owayengunozinti we-Orlando Pirates kanye neBafana Bafana, uSenzo Meyiwa, uSam, uthi usatshiswa ngokufa ngenxa yokufuna iqiniso ngokushona kwendodana yakhe.

UMeyiwa wadutshulwa wabulawa ngo-Okthoba 2014 evakashele intombi yakhe eVosloorus, eKurhuleni.

Ngo-Okthoba nonyaka kuzobe kuphela iminyaka emine adlula emhlabeni uSenzo.

OLUNYE UDABA:Isiqale phansi kwezokuxhumana eyamahlebezi ngokubulawa kukaSenzo Meyiwa

Imibiko yabezindaba ngempelasonto ithi amaphoyisa sekuseduze abophe isigilamkhuba.

Kodwa ubaba kaSenzo, uSam uthe yena akakaze atshelwe ngemininingwane emisha esivelile kuleli cala.

"Ngibone ezinkundleni zokuxhumana ukuthi kunomuntu owayekhona endaweni yesigameko, okunguye osekhuluma ngokuthi kwenzekani ngosuku lwesigameko. Kodwa abafuni ukuphumela obala. Ngisho nomuntu owadubula uyaziwa."

USam uthi angeke aze aphumule kuze kube uyalazi lonke iqiniso. Uthi umndeni wakhe ubhekene nobunzima njengoba indodana yakhe kwakuyiwo eyayondla ekhaya.

Uthi imizamo yakhe yokuthola imali yempesheni kaSenzo ayikaphumeleli.

Amaphoyisa athi uphenyo odabeni lukaSenzo luyaqhubeka.

 - Facebook:

 - eNCA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.