Ubaba nendodana bahlaselwe izingwenya endaweni yokungcebeleka

2016-07-04 12:35

Orlando - UMatt Graves uthi uhlaselwe ingwenya yasibili ngesikhathi izama ukusiza indodana yakhe ihlaselwe ingwena, kubika iReuters

Ngeshwa indodana yakhe ayisindanga kulesi sehlakalo ngesikhathi idaphunwa ingwenya yamdonsela esizibeni.

OLUNYE UDABA:Kushaqeke izivakashi zibona izingwenya zidla umuntu

UGraves uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokulimala kabi njengoba bebehambele indawo yokungcebeleka nendodana yakhe.

UKaputeni womnyango wezicishamlilo uTom Wellons uthe: “Lo baba uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokulimala kabi ezama ukusiza indodana yakhe emlunyeni wengwenya.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.