Ubaba 'ubedlalisa' umphambili wendodakazi

2017-06-10 13:07

Bulawayo - Igwetshwe izinyanga ezingu-14 ejele indoda eneminyaka engu-39 ubudala yaseBulawayo ngokuwotawota umphambili wendodakazi yayo eneminyaka engu-16 ubudala.

Le ndoda itholwe inecala kulandela ukulivuma phambi kweMantshi yeNkantolo yaseCommonage, uStephen Ndhlovu.

Umsolwa ogwetshwe izinyanga ezingu-14 ejele, ulengiselwe izinyanga ezine ngaphansi kombangela wokuziphatha kahle.

Lezi ezinye izinyanga eziyishumi zona zilengiswe ngaphansi kombandela wokwenza umsebenzi wompahkathi amahora angu-315.

OLUNYE UDABA:Ugcinwe esitokisini owotawote udadewabo amabele

Inkantolo ilalele ukuthi le ndoda ehlala nomndeni wawo egumbini elilodwa, tasebenzisa ithuba lokunukubeza indodakazi ngesikhathi engekho unkosikazi wayo.

Ngesikhathi le ntombazane itshela unina ngokunukubezwa, yathi ubaba ungenwe yimi moya emibi.

Le ntombazane yayingajabulile ngempendulo yamam wayo, yabe isibikela umalume wayo owayiphelezela iyobikela amaphoyisa.

Umshushisi uBrian Nkala uthe ngomhlaka-3 Juni, le ndoda yafika ekhaya ngezithuba zabo-21:00 unkosikazi esaye enkonzweni yasebusuku.

"Yanyonyoba yangena ngaphansi kwezingubo zendodakazi yayiqaqa uziphu yabe isifaka isandla. Yaqala yawotawotana nomphambili wendodakazi yayo, indodakazi yaze yavuka yakhipha isandla, kusho uNkanal.

Umsolwa ezivikela uthe wayephuze kakhulu utshwala ngesikhathi "edlalisa" umangali.

 - Bulawayo24

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.