Ubaba udubule indodana yakhe ngephutha

2016-07-05 11:31

Washington – Ubaba udubule ngephutha indodana yakhe yashona belapho kufundelwa khona ukudubula eFlorida, eMelika, ngempelasonto, kusho amaphoyisa.

UWilliam Brumby, 54, ubedubula ngesibhamu sakhe kule ndawo eseSarasota – ngesikhathi igobolondo lesibhamu lingena emhlane wakhe.

"UBrumby ube esesebenzisa isandla sesokudla, abebambe ngaso isibhamu, ukuzama ukukhipha leli gobolondo,” kusho owamaphoyisa aseSarasota esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Umgqekezi odubule abehamba naye ngephutha

"Kuthe kusenjalo, isibhamu saqhuma inhlamvu yashaya indodana yakhe, 14, yashona.

Amaphoyisa ayaphenya ngalesi sigameko, kanti uBrumby ubengakavulelwa icala.

Izibhamu zibulale abantu ababalelwa ku-13 286 eMelika ngonyaka owedlule.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.