Ubaba ushayelwe ukushaya ingane yakhe

2017-12-15 14:02

Port Elizabeth - Ubaba wengane yomfana ugqenywe ingozi embi ekhanda ngokushaya indodana yakhe phambi kwabantu.

Kubikwa ukuthi ubaba wengane ushaywe "uscabha" ngensimbi ngoba ecasulwe yisenzo sakhe.

Ubaba oneminyaka engu-35 ubudala, ubehamba nendodana yakhe eneminyaka emine ubudala ngoLwesithathu, ngesikhathi ehlaselwa ekhoneni likaWestern Road no-Athol Fugard Terrace, ePort Elizabeth, e-Eastern Cape.

Ngokusho kukababa wengane, uze ashaywe kabuhlungu kanjena nje yingoba ushaye ngesandla indodana yakhe ezinqeni ngokungaziphathi kwayo kahle.

OLUNYE UDABABanqatshelwe ibheyili abasolwa ngokudla ngokudla izicubu zomzimba

Igazi belopha ikhanda lonke ngemuva kokugqenywa ngensimbi.

Abesilisa ababili baboshiwe ngalesi sigameko ngoLwesine.

Uyise wengane, ubekhiphe umehlokaboni ka-R5 000 konemininingwane engaholela ekuboshweni "kukascabha" nomshayeli wetekisi yohlobo lweNissan.

Ubaba nomama wengane awadalulwanga amagama abo ukuvikela ingane ebithukile.

Ingane ubaba wayo uthi ubeyishayela ukuthi izisacaze phansi ngesikhathi behamba nayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.