Ubaba ushiye ingane yodwa eyodanselwa ekilabhini yabesilisa

2016-05-12 09:57

Sacramento - Ubaba waseVan Nuys eCalifornia ubhekene necala lokuhlukumeza ingane kulandela izinsolo zokushiya indodakazi yakhe enezinyanga ezingu-9 izelwe emotweni isikhathi esiyihora ngesikhathi edanselwa ngowesifazane ekilabhini yabesilisa.

U-Auwin Dargin, 24, ulivumile icala ngoMsombuluko ngesigameko esenzeka ngomhlK-9 Meyi eSynn Gentleman Club eNorth Hills.

Isekla lemenenja uMathew Hadeau wayehamba endaweni yokupaka izimoto kule kilabhu ngesikhathi ebona ikhasimende elalilokhu luphuma lingena kuyo njalo.

OLUNYE UDABA: Ivideo: Izikakele indoda ebithi iyadansa ekilabhini

UNadeau wabe esebheka imoto yaleli khasimende wabona ingane yentombazane ngaphakathi.

"Sezwa ukukhala sasesibona ingane emotweni," usho kanje etshela iphephandaba iLos Angeles Times.

UNadeau noweta wakulekilabhu  bahlenga le ngane besizwa ngomunye umuntu onebhizinisi ngakulekilabhu. Bagqekeza imoto ukuze bekwazi ukuyikhipha ingane.

Ngemuva kwalokho uNadeau watshela ubasi wakhe ngengane base bethola ukuthi ngekaDargin bamuphazamisa esadanselwa, ngokusho kwe-KTLA-TV.

UDargin wahamba kule kilabhu ethe. "Nginikeni ingane yami ngiyazi ngenze umonakalo," kusho lesi siteshi.

UNadeau akafunanga ukunika uDargin ingane yakhe wabiza iziphathimandla. Ingane igcinwe kwabeChild Protective Service  yaphinde yayohlolwa esibhedlela ngaphambi kokudlulisel;wa kunina, kusho iNBC Los Angeles.

UDargin uzovela angase agwetshwe iminyaka engu-6 ejele uma engase alahlwe yicala, kubika iHuffingtonPostnews.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Business Development Manager

Western Cape
Tumaini Consulting
R520 000.00 - R620 000.00 Per Year

C# Developer

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R360 000.00 Per Year

Investment Associate

Cape Town
Mass Staffing Projects
R620 000.00 - R780 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.