Ubaba usolwa ngokudlwengula indodana yakhe egula ngengqondo

2016-05-12 18:31

Harare – Ubaba uboshiwe wase ebekwa icala lokudlwengula indodana yakhe egula ngekhanda futhi ekhubazekile, ngokusho kwamaphoyisa aseZimbabwe.

Amaphoyisa abophe lo baba, 48, ngemuva kokushaywa omakhelwane abambambe ezitika ngendodana yakhe eneminyaka engu-21 ubudala, kubika iWorld Wide Weird News.

Kuthiwa indodana itshele omakhelwane ukuthi ubaba wayo waqala ukuyidlwengula ngemuva kokushona kukamama wayo.

OLUNYE UDABA: Kudlwengulwe indoda, 54, ilele emzini wayo

Omakhelwane babe sebetitinya lo baba, bokhela umuzi wakhe ngomlilo.

Kuthiwa ubaba watshela indodana yakhe ukuthi ingathi vu ngalolu daba, kungenjalo uzoyibulala.

Kuthe uma lo baba esephekwa ngemibuzo wathi ubedlwengula indodana yakhe ngoba ezama ukuyelapha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.