Ubaba,35, uzovela enkantolo 'ngokubulala' indodana,5

2017-09-04 07:18

Johannesburg – Ubaba oneminyaka engu-35 ubudala osolwa ngokushaya indodana yakhe,5, yaze yashona kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi ngoMsombuluko.

Umfana – ngaphambikokuba ashone - wakwazi ukulandisa intombi kayise ngesigameko ngaphambi kokuba ashonele esibhedlela saseGoli ngoLwesihlanu, kusho okhulumela amaphoyisa eGauteng uKay Makhubela etshela iNews24 ngoMgqibelo.

UMakhubela uthe kukholakala ukuthi isigameko senzeka emzini kamsolwa oseChrisville.

Ubaba wayesele nengane ngesikhathi intombi yakhe abahlala naye isemsebenzini ngelanga lesigameko.

OLUNYE UDABA: Kulimale abathathu kushayisana izimoto

“Intombi yabusa emsebenzini, yabona ingane ilimele,” kusho uMakhubela.

“Ingane yatshela intombi ukuthi ishaywe nguyise, yabe isimhambisa esibhedlela.”

Yashona isanda kufika esibhadlela, uyise walandwa emzini wakhe, waboshwa.

UMakhubela uthe imbangela yesigameko ayikaziwa kodwa kusaphenywa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.