UBaleka Mbete useshintshe ushuni ngomholi amesekayo

2017-12-17 09:07

Johannesburg - USihlalo we-ANC ophumayo uBaleka Mbete useveze ukuthi uzokweseka iPhini likaMengameli uCyril Ramaphosa.

UMbete utshele izintatheli eNasrec ngoMgqibelo ebusuku ngokuthi uzokweseka uRamaphosa ngokusemthethweni ngoba yikona okufanele lo mbutho kanye nezwe lonke.

"Akuyona into enkulu, yinqubo yokuqedela nokuqinisekisa ubuholi," kusho yena.

"Siphumela obala ngokwekeseka uCyril Ramaphosa futhi siyavumelana nangokuthi sizobhekana kanjani nezinkinga zobumbano kulo mbutho."

OLUNYE UDABA:‘Ngikulungele ukuthunywa ngapha nangapha, ngiyisosha mina’, kusho uMengameli Zuma

Ngesikhathi ebuzwa ukuthi ami kanjani amathuba kaRamaphosa, uthe ayathembisa kakhulu. Uthi ubengakasitholi isikhathi sokuhlala phansi noNkosazana Dlamini-Zuma badingide izinkinga ezahlukahlukene.

Umkhankaso kaRamaphosa, yiwona oqhakambile nonezihlelo ezinhe ngekusasa.

"Izingqinamba ezibhekene nombutho kanye neNingizimu Afrika, singavumelana ngezinto eziningi."


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.