Ubanjiwe odune iloli elithwele ugologo

2017-07-22 16:00

Okhulumela ikomidi lokuVikeleka koMphakathi kuMasipala waseGoli uMichael Sun uthe uphiko lwe-K9 lulunywe indlebe ngokubonakala kweloli eliphethe ugologo be-Smirnoff.

Amaphoyisa alandele umkhondo waleli loli alithola eBekkersdal, umshayeli walo eboshelwe phakathi.

OLUNYE UDABA:Utshwala buyingozi kakhulu kubantu besifazane - Ucwaningo

"Umshayeli uthe abasolwa abane abebehlomile besebeqalile ukukhipha utshwala kuleli loli bewuhambisa ezindaweni ezahlukahlukene.

"Amaphoyisa alandele umkhono wabasolwa bayofika emzini oseRandfontein lapho babuthole khona utshwala," kusho uSun ngesitatimende.   

Kubanjwe umsolwa oyedwa otholakale nemphahla eyebiwe, kanti bathathu abasolwa ababalekile.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.