Ubanjiwe oqambe amanga ngokudunwa kwemoto

2018-03-29 12:31

EGoli - Uboshiwe oqambe amanga ngokudunelwa imoto ayeyiboleke umngani wakhe.

Kuthiwa umngani wathembisa ukuthi imoto uzoyibuyisa ngoMgqibelo, kodwa ngesikhathi ehluleka ukukwenza lokho umnikazi waphuthuma emaphoyiseni eyobika ngokudunelwa imoto.

Amaphoyisa aseKrugersdorp achitha usuku lonke ecinga imoto eduniwe ngemuva kokuthi umlisa abike ukuthi imoto yadunwa ngamadoda angaziwa kuleli dolobha.

Imoto yagcina isitholakala eRustenburg.

Uphenyo lwamaphoyisa luveze ukuthi le moto kayizange idunwe kepha umnikazi uyena owanika umngani.

OLUNYE UDABA:

 Okhulumela amaphoyisa uSergeant Tshepiso Mashale uthe amaphoyisa asebenzise izinsiza zomphakathi ukuthungatha le moto kungenasidingo.

"Ngesikhathi sekuzwakala ukuthi ubeqama amanga, lomlisa uboshiwe eboshelwa ukuphula umthetho,"kusho uMashale.

Uthi amaphoyia ngeke akwazi ukumelana nabantu abaqamba amanga bevula amacala abazi kahle ukuthi angamanga ngoba kusetshenziswa izinsiza zomphakathi okumele zisetshenziselwe labo abaxakeke ngempela.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.