Ubanjwe ecashe ehlathini obezama ukugebenga i-ATM

2017-05-24 12:31

Pretoria - Isigebengu esisodwa kwezisolwa ngokuzama ukugqekeza i-ATM utholakale ecashe ehlathini ngemuva kweForest Hill City Mall.

Lo msolwa ubehamba nequlu lamadoda ezintatha phakathi kuka-02:00 no-03:00 lapho abafike bagqekeza khona i-ATM yakwaStandard Bank.

Okhulumela amaphoyisa kaMasipala waseTshwane uSuperintendent Isaac Mahamba uthe la madoda abaleke nesamba semali engaziwa.

“Amaphoyisa azithele kulezi zigebengu sezibaleka nokuyilapho okuqubuke khona impi yezulu lezandla. Abasolwa babalekele ngasemathuneni ngemuva kwale nxanxathela yezitolo,” kusho uMahamba.

OLUNYE UDABA:Izigebengu ziqhumise ama-ATM zadubula namaphoyisa esitolo

UMahamba uqhubeke wathi uphiko lwe-K9 luthungathe la basolwa kwabanjwa oyedwa obecashe emahlathini.

“Lo msolwa ubhekene necala lokugebenga ibhizinisi kanye nelokuzama ukubulala. Amaphoyisa asathungatha abanye abasolwa abangu-9," ephetha.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.