Ubanjwe eGoli owagebenga ibhizinisi eNquthu

2017-11-01 07:01

eNquthu - Kuboshwe abasolwa abayisikhombisa ngecala lokugqekezwa kwesinye sezitolo ezinkulu edolobheni laseNquthu.

Lokhu kwenzeke ngesonto eledlule kanti laba basolwa bebehamba ngezimoto ezintathu.

Amaphoyisa aseNquthu abambe abasolwa abayisithupha, kwatholakala nesibhamu esingekho emthethweni.

Ukuqhubeka kophenyo lwamaphoyisa kuwaholele elokishini laseKatlehong, eGauteng lapho kubanjwe khona umsolwa wesikhombisa.

Kukholakala ukuthi lo mlisa uyabandakanyeka kuleli cala.

OLUNYE UDABA:Izigebengu zibanjwe zisageza esangomeni, kwaGqikazi

Lolu phenyo luveze ukuthi laba basolwa sebegebenge amabhizinisi eNquthu naselokishini lasoSizweni eNewcastle.

Esinye isigameko sokugebenga senzeka ngomhlaka 14 Julayi kubanjwa abasebenzi basebhange laseNquthu babathathela isamba semali.

Osizweni khona baphanga isitolo esikhulu nakhona bashaya bachitha nesamba semali.

Laba basolwa basazophenywa ukuze kubonakale ukuthi abathinteki kobunye ubugebengu bokuphangwa kwamabhizinisi kwezinye izindawo, kubika iZululand Observer.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.