Ubanjwe eMlazi obefunelwa elokuduna imoto nokuzama ukubulala

2017-02-10 12:30

Durban - NgoLwesithathu amaphoyisa ophiko lweDurban Flying Squad abophe umsolwa obefunelwa amacala okuduna imoto kanye nelokuzama ukubulala.

La maphoyisa abesebenzisana nenkampani elandela umkhondo wezimoto ezebiwe ngesikhathi bethola ukuthi imoto eyebiwei iselokishini eMlazi.

OLUNYE UDABA:Umsolwa udubule omunye "ngephutha" kuphangwa eKZN

Ngesikhathi amaphoyisa ebona iveni lohlobo lwe-Colt eMlazi esigcemeni sakwa-P, azamile ukulimisa kodwa abebengaphakathi bavulela ngenhlamvu bebhekise emaphoyiseni.

Laba basolwa bazamile ukubaleka kodwa bahluleka ukulilawula leli veni, babhajwa esigcemeni sakwa-Q.

Amaphoyisa abambe umsolwa oyedwa, 32, kanti omunye ubaleke ngezinyawo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.