Ubanjwe nomphrofethi ekamelweni unkosikazi

2016-07-14 10:00

Bulawayo - Ubanjwe oqotsheni umphrofethi waseHarare esekamelweni nonkosikazi wekhasimende lakhe ebusku ngezithuba zabo-22:00.

Umyeni uBen Guse ufakwe enkantolo ngunkosikazi wakhe uTendai Chirimamhunga efuna incwadi yokuzivikela kuye.

Yize kunjalo uGuse udalule ukuthi unkosikazi wakhe ubenqaba ukuzibandakanya naye ocansini.

OLUNYE UDABA: Uthole isibhaxu wabanjwa inkunzi ovale esomubi

UGuse uthe umphrofethi ubesemzini wakhe elethe umthandazo.

"Ngimubize ngomqwayizi ngemuva kokuba ngifike ekhaya ngezithuba zabo-22:00 ngamufica ehlezi nomphrefethi wesilisa ekamelweni. Sinekhishi kanti ukube le nhlangano yabo ibimsulwa bekufanele basebenzise lona," usho njalo.

"Ayikho injabulo emshadweni okungenziwa kulo ucansi," kusho uGuse.

Imantshi icele ukuba lezi zithandani zilungise kahle ngokuthula, kubika iBulawayo24.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.