Ube muncu umhleli we-Joyous Celebration owesilisa ecela intombi - Umbiko

2016-08-01 16:09

Durban - Kuthiwa akajabulanga neze uJabu Hlongwane ngesikhathi owesilisa ecela intombi yakhe emcimbini we-Joyous Celebration ngempelasonto.

UJabu Hlongwane akayinambithisisanga kahle into eyenziwe uLethukuthula Buthelezi ecela intombi yakhe uSthembile Mtambo.

OLUNYE UDABA:Oxoshwe emsakazweni uhlela umcimbi ongasukumi phansi

Kuthiwa uLindelani Mkhize ongomunye wabahleli balo mcimbi ubelokhu ehleka nokuyinto ebikhombisa ukuthi bekazi ukuthi kuzokwenzeka lokhu.

UJabu Hlongwane ucashunwe ethi: "Lokhu okwenzekayo kuyaqala futhi kuyagcina. Ngeke kulunge ukuthi lo mcimbi uphenduke indawo yokushelana.

ULindelani uthe lezi zithandani zaxhumana naye ngokuthi zenze lokhu uma leli qembu liza eThekwini., kubika iLANGA.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.