Ubebhekene namacala amasha owakhishwa ngoshwele

2016-07-29 17:30

eKapa - Uzibulalele ezitokisini owesilisa obebhekene namacala amasha okudlwengula ngemuva kokudedelwa ngoshwele.

UBrian Shofer utholakale elenga esitokisini esiteshini samaphoyisa iLentegeur police station.

Ngokusho komthombo wamaphoyisa, lo mlisa uklebhule intambo yombhede wazilengisa ngayo.

UBrian, 58, owayefundisa izingane ezinenkinga yokubamba esikoleni waboshwa wagwetshelwa ukudlwengula izingane zabafana.

Lo mlisa waboshwa ngeminyaka yama-1990s waze wathola ushwele ngo-2010. Wathi ephuma ejele waqhubeka nomsebenzi wokufundisa izingane wase eboshwa kuleli sonto ngokudlwengula umfana phakathi kuka-2010 kuya ku-2016.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.