Ubekelwe umnqamulajuqu wokuba esule esikhundleni uNdunankulu

2016-05-21 13:51

Durban – Ubuholi be-ANC KwaZulu-Natal sebubekele uNdunankulu wesifundazwe, uSenzo Mchunu, izinsuku ezintathu ukuba kufike uMsombuluko esehlile esikhundleni sakhe.

Ngokomthombo we-Solezwe langoMgqibelo, ikomidi eliphezulu esifundazweni liyalele uMchunu ukuba afake incwadi yokwesula esikhundleni ingakapheli impelasonto.

Kubikwa ukuthi imithombo yaleli phephandaba ikuqinisekisile ukuthi uNgqongqoshe wezokuthutha esifundazweni, uWillies Mchunu, uyena ozobamba izintambo.

Funda nalolu daba: UMadonsela uphephile  - Isikhulu samaphoyisa

Kuthiwa ubuholi be-ANC eLuthuli House ngoLwesihlanu butshele uMchunu ukuba ehle esikhundleni abeke izizathu zomndeni.

Okhulumela i-ANC eKZN uMdumiseni Ntuli uwachithile amahlebezi, wathi iqembu alizikhathazi ngawo ngoba ayazi ukuthi kuhlosweni ngawo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.