Ubekwa endlini yakhe yokugcina undlunkulu kaMswati

2018-04-08 11:07

Ufihlwa namhlanje uNdlunkulu Senteni Masango, 31, okusolwa ukuthi uzibulele, oyinkosikazi yeNkosi uMswati III, yaseSwazini.

Ngokwemibiko evele emithonjeni yabezindaba, uNdlunkulu Masango oyinkosikazi yesi-8 utholakale ezintathakusa ngoLwesihlanu eseshonile.

Kusolakala ukuthi uphuze isikalo eseqile samaphilisi abizwa ngokuthi yi-amitripytline, ajwayeleke ngegama elithi Elavil, okuthiwa asetshenziswa ukwelapha izifo zengqondo, okubalwa kuzo ingcindezi.

Undlunkulu ushona nje kuthiwa bekukade kungcwatshwa udadewabo uNombuso Masango ngesonto eledlule.

UMnu Lusendvo Fakudze, oyi-acting governor eLudzidzini, ukuqinisekisile ukuthi undlunkulu uzongcwatshwa namhlanje eLudzidzini Royal Mountain.

UNdlunkulu Masango ushade neNkosi uMswati III eneminyaka engu-18 ubudala kanti ubenezingane ezimbili.

Phambilini kuke kwavela imibiko yokuthi uNdlunkulu Masango akeneme emshadweni.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Trainee Accountant

Cape Town
Certified Master Auditors (South Africa) Inc.
R5 000.00 - R15 000.00 Per Month

Trauma/Emergency RN

Cape Town
Mass Staffing Projects
R300 000.00 - R400 000.00 Per Year

Learnership for People Living with a Disability

Western Cape
Isilumko Staffing (CPT)
R4 500.00 - R5 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.