Ubekwe endaweni yakhe yokugcina owashona kwesokudubulana eKapa

2016-07-11 11:30

Johannesburg - Uzenande Pokwana oneminyaka engu-19 ubudala ubekwe endaweni yalo yokugcina eNgcobo e-Eastern Cape.

Yize imbangela yokushona kwakhe eKapa emasontweni amabili adlule ingakacaci umphakathi usola ukuthi amaphoyisa nonogada benkampani ezimele yibo okufanele basolwe ngesigameko.

OLUNYE UDABA: Kushone ibhungu kuwa udonga enxanxathela yezitolo

Kwalimala nezinye izingane esizikhulile ezingu-8.

UPokwana nabangani bakhe abangu-16 kuthiwa babeye ephathini engamamitha angu-100 nakubo. Kwavel;e kwavuleka umnyango womjondolo kwase kuqhuma isibhamu ekuseni.

Labo abasinda esigamekweni bathi isibhamu saqhuma kawu-59, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            




NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.