UBen10 uthembise usaziwayo umshado

2016-08-08 10:01

Midrand - Usomabhizinisi waseGoli ukuqinisekisile ukuthi sebaziqalile izingxoxo zamalobolo nomndeni kaKB, kubika iSunday World.

UNico Matlala osembonini yezokwakha ucele isihlabani uKeabetswe "KB" Motsilanyane,37, ukuba abe umkakhe

Yize le ntokazi ishiya lo mlisa ngeminyaka eyisikhombisa, kuyacaca ukuthi lokhu akubahluphi nakancane njengoba bebenakala bethokozile.

Funda nalolu daba:Ulengela eweni umshado womculi weMafikizolo

“Sesibuya kubo kaKB eRustenburg emasontweni emabili noma amathathu adlule ukuyoqala izingxoxo zamaloboo,”kusho uMatlala.

UMatlala uthe uKB wayengumngani wakhe ezinkundleni zokuxhumana isikhathi eside kodwa ubudlelwano babo badlondlobala ngesikhathi le ntokazi imtshela ukuthi ayithandani namuntu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.