Ubengabonwa esithangamini sabezindaba okhale ngaphansi kuma-Idols

2017-11-20 12:30

Johannesburg – Lowo okhale ngaphansi kuma-Idols uMthokozisi Ndaba, 25, waKwaMashu umangaze abezindaba baseNingizimu Afrika ngeSonto ebusuku ngesikhathi enqaba ukuba yingxenye yesithangami sabezindaba ngemuva kohlelo.

Lesi sithangami sibizwe ngemuva kokunqoba kukaPaxton Fielies, 17, okunguye obaqwaqwade emakhanda kuSeason 13.

Isihlalo sikaMthokozisi kanye nombhobho wakhe wokukhuluma kanjalo noqwembe obelubhalwe igama lakhe bekushaya umoya eduze kukaPaxton kwaze kwaba siyaphothulwa isithangami sabezindaba eCarnival City.

Izikhulu zakuMzansi Magic azitholanga nethuba lokususa uqwembe olunegama likaMthokozisi etafuleni, zase zitshela abezindaba ukuthi uMthobisi usazama "ukuzilungiselela".

Ngemuva kokungabonakali kwakhe kulesi sithangami, ube ngowokuqala ngqa kule minyaka engu-13 kwasungulwa ama-Idols ukuthi lowo okhale ngaphansi angabonakali eceleni konqobile.

OLUNYE UDABA: Ngiyabonga kakhulu kini nonke, kusho onqobe kuma-Idols

Ngokujwayelekile lowo ongaphumelelanga uyaxoxisana nabezindaba ngekusasa lakhe nangezinhlelo anazo, amukele imiklomelo yakhe bese ehalalisela onqobile.

Kungene amavoti angu-30 million kuleli sonto eledlule, iningi lawo laya kuPaxton. Okwamanje akukacaci ukuthi uMthokozisi uhlulwe ngamavoti amangaki.

UMthokozisi waba yintandane eneminyaka engu-14 ubudala waphinde wafeyila umatikuletsheni ngo-2009. Wabuyela esikoleni wawuphasa ngo-2012.

Kuthe ngoFebhuwari nonyaka wadutshulwa emlenzeni ngesikhathi kuphangwa kubo, kepha waqinisela kunjalo waqhubeka nomncintiswano.

Thola udaba oluphelele lapha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.