UBenni iyamjulukisa eyokukhetha isikwati esizodlala koweMTN8

2017-10-13 16:04

Durban - Umqeqeshi weCape Town City, uBenni McCarthy, uthi kunzima ukukhetha isikwati azosisebenzisa emdlalweni wangoMgqibelo abazowudlala neSuperSport United. 

ICity izobe idlala njengeqembu lasekhaya eMoses Mabhida Stadium eThekwini ngoMgqibelo, mhlaka-14 Okthoba uma isibhekene neSuperSport kowamanqamu e-MTN8.

Ekhuluma nabezindaba esithangamini se-MTN8, uMcCarthy udalule ukuthi unenkinga yokukhetha abadlali abangu-18 abangase badlale kulo mdlalo, njengoba abadlali bakhe bekhombisa ukuwulambela lo mdlalo ejimini.

“Sekunezinsuku ezimbalwa ngiphethwe yikhanda ngenxa yokuthi sinabadlali abangaphezu kwabangu-18, ngakho ukukhetha nje abangu-18 ukuba babeyingxenye yomdlalo wamanqamu kuyinkinga.

OLUNYE UDABA: Uzoqhubeka njengokuhleliwe oweMTN8 eThekwini

“Kunabantu abazodumala kufanele, kodwa ngibhekene nobunzima impela bokukhetha abadlali abangu-18, angisayiphathi-ke eyabangu-11 abazongena enkundleni,” kusho uMcCarthy.

“Ngakho kuyangijulukisa ukukhetha. Ngethemba ukuthi kodwa ngizothatha isinqumo esihle. Kodwa impela abadlali bawenyusile amasokisi.”

Uthi ukwenza kwabadlali ngale ndlela nokho kuhle kakhulu ngoba kuzokwenyusa izinga lokuncintisana.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.