Ubeyisiguli odubule udokotela wase eyazibulala

2016-07-26 16:00

Berlin - Amaphoyisa aseGermany athi isiguli sidubule udokotela, ngaphambi kokubhekisa umbhobho wesibhamu ngakusona eBenjamin Franklin University Hospital, eBerlin.

Amaphoyisa abhale kuTwitter athi udokotela usegumbini labagula kakhulu esibhedlela.

"Udokotela usegumbini labagula kakhulu kulandela ukulimala kabi," esho.

I-AP ibike ukuthi lesi sibhamu siqhume ngabo-13:00.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe umhleli wephephandaba

Isibhedlela sinqabile ukuphawula ngalesi sigameko.

Sekubikwe uhide lwezigameko zokuhlasela kulezi zinsuku ezedlule eGermany, okubalwa nokudutshulwa kwabantu abangu-9 bashona eMunich ngoLwesihlanu.

Imibiko yangaphambilini ithe laba bashone bobabili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.