Ubhulwe ngokushesha umlilo kusha ikhoshi lesitimela eKapa

2016-07-15 13:33

Cape Town - Abedolobha laseKapa bakwazile ukubhula ngokushehsa ilangabi eliqubuke ekhoshini lesitimela eduzane naseWoodstock ngoLwesihlanu ekuseni.

Isikhulumi uTheo Layne uthe ithimba lezicishamlilo liphuthume endaweni yesigameko ngezithuba zabo-08:40 la obekusha khona ikhoshi ebelipake namanye angu-20 kujantshi ongasebenzi.

OLUNYE UDABA: Bahlalele ovalweni abagibeli bezitimela evaal

"Bakwazile ukucisha umlilo ngaphambi kokuba udale umonakalo omkhulu," kusho uLayne.

Imbangela yomlilo ayikaziwa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.