Ubhunyelwe nge-acid umngani kaBabes Wodumo bezama ukumthumba

2017-05-25 16:01

Durban - Sithi sisashaqekile namanje isihlabani seculo iWololo, uBabes Wodumo, ngemuva kokuba kushiswe nge-acid umngani waso ngesikhathi bezama ukumthumba eThekwini.

Lesi sihlabani somculo sitshele iTshisaLIVE ukuthi lesi sigameko sisithusile kodwa siyabonga ukuthi umngani waso uphunyukile wasinda.

UBabes uchaze wathi umngani wakhe, uSphelele Xulu oyisitshudeni sase-University of KZN, eWestville, umiswe ngowesifazane ongaziwa ozenze umuntu odukile ecela ukuphelezelwa eya egumbini lomunye umfundi.

OLUNYE UDABA:Kuthunjwe kwadlwengulwa intombazane, 16, e-KZN

Kuzwakale ukuthi uXulu utshele lo wesifazane ukuthi unogada ongamsiza, kusoalakal kuthi yingaleso sikhathi-ke lo wesifazane abhunyele khona uXulu nge-acid.

"Ngesikhathi umngani wami ezama ukuchazela lo wesifazane ukuthi uzosizwa ngunogada, uzwe ngento eshisayo ezinweleni, emhlane nasesihlathini, kanti ushiswa yile khemikhali.

"Ube esegijima ebheke egaraji lapho afike khona wathelwa ngamanzi," kusho uBabes etshela abezindaba.

 - IVIDEO:

ISITHOMBE:

Be careful out there bafwethu ??????

A post shared by Mandla Maphumulo (@real_mampintsha_westink) on

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.