Ubizelwe amaphoyisa obanjwe enuka amaphenti angcolile

2018-04-20 07:30

Peoria - Owesifazane osemncane uvele waphithanelwa yikhanda wabiza amaphoyisa ngemuva kokubamba omunye wabantu ahlala nabo enuka amaphenti akhe angcolile, lokhu kungokusho kwamaphoyisa.

Amaphoyisa asePeoria County athe aphuthume emzini ohlala lo wesifazane, 18, ngemuva kokuwacela ukuba amugade ngesikhathi ethutha izimpahla zakhe.

Ngokusho kophenyo lwamaphoyisa, lo wesifazane igama lakhe elingadaluliwe, ubehlala nabantu abathathu, amadoda amabili nowesifazane oyedwa.

OLUNYE UDABA:Wathola impama owakhononda ngengane eyayikhala into engapheli eRestaurant

NgeSonto, lo wesifazane ubambe enye yamadoda imatasa emakhabetheni. Ube eseyibuka ikhipha obhodisi namaphenti iwanuka.

Isisulu siphinde sakhala ngokuthi umsolwa ubelokhu ekhuluma ngezinto ezibandakanya ucansi ngaye kwabanye abantu ahlala nabo.

Abanye abahlala nalo wesifazane bakuqinisekisile okushiwo yisisulu.

Omunye ohlala kule ndlu utshele amaphoyisa ukuthi umsolwa uke wathatha iphenti lesisulu ebelikusofa wakhe.

Nangempela amaphoyisa abe esethola iphenti lalo wesifazane eligcolile kusofa.

Lo wesifazane uqoqe yonke imithwalo yakhe wahamba.

Isisulu sicele amaphoyisa ukuba abhale yonke into phansi njengoba sihlela ukuya enkantolo siyofaka isicelo sokuba umsolwa angasondeli kuso.

 - wwww

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.