Ubizelwe ukufundela umsebenzi obefuna umsebenzi emgwaqeni

2016-05-19 14:32

Johannesburg -  Izinkulungwane zabantu abaneziqu bahleli emakhaya namajazi abo ngoba imisebenzi ayikho, kubika iSowetanlive.

Ileso simo esenze u-Anthea Malwandle athathele emgwaqeni nebhodi elithi uneziqu ze-B-Tech kwizifundo zobunjiniyela udinga umsebenzii futhi uwaphethe namaphepha akhe.

Lokhu kuthinte abantu abaningi ngoba isithombe sakhe bekushintshwana ngaso ezinkundleni zokuxhumana ngethemba lokuthi kukhona ozosizwa isikhalo sakhe bese axhumana naye.

Inkampani i-Sasol ikubonile lokhu yaxhumana nayo le ntokazi ngemizamo yokuyisiza.

OLUNYE UDABA:Usezitholele omunye umsebenzi oweGenerations

Okhulumela lenkampani u-Alex Anderson uthe le nkampani esebenza ngamakhemikhali ixhumene noMalwandle bacela ne-CV yakhe esacubungulwa umnyango wabo kandabazabantu.

“Njengoba ene-B-Tech kwizifundo zeChemical Engineering, simubizile ukuba azoxoxisana nathi ngamathuba esinawo okufundela umsebenzi,”kusho yena.

Le nkampani ivame ukubathatha abantu abaningi ababa yingxenye yohlelo lwabo lokufundela umsebenzi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.