Ubizwa 'ngetshitshi' ongakaze ahlangane nomuntu wesifazane ngokocansi

2017-11-02 16:00

eMangaung - Owesilisa waseMangaung ukhala ngokuthi abangani bakhi bambiza nge"tshitshi" ngoba engakaze ahlangane nomuntu wesifazane ngokocansi.

U-Aaron Lekitlane, 47, uthi ukhetha ukuzibhemela insangu noma aziphuzele umqombothi kunokwenza umkhuba.

Uthi lokhu kwenziwa wukuthi ngesikhathi esakhula umngani wakhe wazikhunga ngemuva kokujolelwa yintombi, uthi wawasaba kusukela lapho amantombazane.

“Okwenzeka kwangenza ngasaba ukuthi nami ngingahle ngigileke futhi ngilandele umngani wami,” kusho yena.

OLUNYE UDABA:Ucansi lumnandi uma owakho ephiwe induku - Obehayiza

"Angikaze ngibe nentombi futhi ngisayinsizwa ephelele angikaze ngiye ocansini. Abantu besimame basithanda kuphela uma sinemali, uma singenayo, bayasibalekela. Angibathembi.

"Bashiya amadoda emakhaya beyofuna amanye angcono, abathembekile," kuqhubeka yena.

Uthi uyasebenza kodwa imali yakhe uzibusiska ngayo ngokuzithengela insangu nomqombothi.

"Uma ngizibhemele ngizizwa ngithokozile, ngisho ngibona umuntu wesimame enqunu, induku yami ayivuki," kusho yena.

"Abangani bami bangibiza ngetshitshi abanye bathi ngiqalekisiwe, kepha akudikizi nqulu," esho.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.