UBobby uphebeza imibiko ngoDikgacoi

2016-08-11 13:30

Johannesburg – Imenenja yebhola kuKaizer Chiefs uBobby Motaung useyichithile imibiko ethi iqembu lizimisele ngokusayinisa uKagisho Dikgacoi.

Lo mdlali owayegijima kuBafana Bafana akazange abe yingxenye yezinhlelo zeCardiff City kanti umqeqeshi uPaul Trollope waqinisekisa ukuthi uDikgacoi ukhululekile ukushiya iqembu uma bethola isiphakamiso esifanele.

"Uma kunesiphakamiso esifikayo, sizosicubungula,” kusho uTrollope.

OLUNYE UDABA: Asikaqedi ukuthenga abadlali – Bobby

Solokhu kuzwakale lezi zindaba iChiefs kunemibiko eyamanisa iqembu nalo mdlali, 31.

UMotaung ube eseyaziphendulela wathi iChiefs ijabule ngesikwati sayo ngaphambi kwesizini entsha futhi ayizimisele ngokuthenga abanye abadlali.

"Amanga lawo, akukho mdlali esimeshelayo,” kusho uMotaung, etshela iKickOff.com.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.