Johannesburg - Umlingisi nesihlabani sakumabonakude uBoity Thulo uchithe amahlebezi okuthenjiswa umshado kulandela ukubonakala egqoke indandatho kwezinye zezithombe zakhe azifake enkundleni yezokuxhumana i-Intsagram.
UBoity ekhuluma nabephephabhuku iDrum uchitha amahlebezi okuthi angase ashade noma yinini, akasakuphathi ke okokujola.
OLUNYE UDABA: Umuncu usaziwayo ohlukene nesoka
"Angijoli kanti futhi akazimisele ngokubakubudlelwano," kusho uBoity.
Indandatho ayeyigqokile wayezifakele nje.
"Ngangiogqoke izindandatho ezinathu. Abantu bahlezi bekhuluma kanti akunandaba noma ngeyangempela noma cah," kuchaza uBoity wase ethi impilo eyixhumekile emshadweni.
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter