Ubonakele kwiChippa obengumdlali wePirates

2016-07-13 08:30

Johannesburg - Obengumdlali we-Orlando Pirates, uThembinkosi Lorch, ubonakale kwiChippa United.

ULorch ungomunye wabadlali abaqinisekiswe yileli qembu lase-Eastern Cape ukuthi libasayinisile ngaphambi kwesizini ezoqala.

Usihlalo wamaChilli Boys, uChippa Mpengesi, ukuqinisekisile ukuthi basayinise uLorch, kanye noMenzi Masuku benoMaselaelo Seanego kwiPirates.

Funda nalolu daba: Uthi ingamampunge eyokuthi ubuyela kwiChiefs

Manje imithombo ekuleli qembu lasePort Elizabeth isikuqinisekisile nayo kwiSoccerLaduma ukuthi uLorch usekuleli qembu njengoba lilungiselela isizini entsha.

Phambilini kubikwe ukuthi uMenzi Masuku uyakuphika ukuthi ungumdlali weChippa, wathi yena akaze asayine kuleli qembu, ngokwazi kwakhe usangumdlali wePirates.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.