UBonang Matheba uyangikweleta - Kusho iMake-Up Artist

2018-01-16 14:02

eGoli - UMuzi Zuma osebenza njenge-Make-Up Artist yosaziwayo ukhala ngokuthi intokazi engumethuli wezinhlelo uBonang Matheba iyamukweleta.

UZuma uthi lo saziwayo umukweleta imali engango-R25 000.

Ekhuluma nabeSowetan ngoMsombuluko ngemuva kokubhala uhidi lwemilayezo enkundleni u-twitter, uZuma uthi lo saziwayo akasaziphenduli nezingcingo zakhe, amameyili ngisho nemilayezo yakhe useyayiziba.

"Angiyona le nhlobo yomuntu ongasukela omunye esidlangalaleni ngidicilele phansi igama lakhe, kodwa sengikhathele. Akakayikhokheli inkontileka esasinayo ngomsebenzi engawenza,"kusho uZuma.

OLUNYE UDABA: 'Angazi kungani abantu begudla iguma, amanyala amanyala nje kwaphela,' kusho usomahlaya

Lo mphaquli uthi wasebenza uMatheba ngesikhathi ethula uhlelo lokudla kuMzansi Magic olwaziwa nge-KFC Taste Kitchen, doing her make-up for the show.

"Lokhu kwenzeke ngoJulayi wangonyaka odlule, kodwa ngezwa kuthiwa iholo lakhe lalulo hlelo uzolithola ngomhlaka 30 Septhemba nokuthi ngizokhokhelwa ngaleso sikhathi. Ngalinda kusukela ngo-Okthoba kuze kube yimane, kanti manje useyangiziba akasaphenduli lotho okwami.

UDavid Phillips okunguMqondisi wenkampani iCSA okuyiyona ephethe le ntokazi uthe: "Isikhalazo sikaZuma thina kasisazi ngoba konke lokhu kwenzeka ngesikhathi uMatheba esaphethwe yinkampani yakhe yakudala.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.