Ubonga iChippa ngethuba eyamnikeza lona, nakuba usuphelile umsebenzi

2018-03-06 07:33

Johannesburg - Lowo obengumqeqeshi weChippa United, uTeboho Moloi, uthi uyabonga kakhulu ngethuba alinikezwe yile kilabhu ezinse ePort Elizabeth, esifundazweni i-Eastern Cape.

Lo mqeqeshi ukusho lokhu kulandela ukugqabuka kwegoda phakathi kwakhe neChippa United ngemuva kokuba le kilabhu yehlulwe ngo-2-0 ngesikhathi idlala neCape Town City kowe-Absa Premiership eKapa.

Bekungokwesibili iChippa yehlulwa imidlalo ilandelana.

OLUNYE UDABA: Ukhihle isililo oweChiefs ezakhe zithelwa ngesibhaxu

IChippa futhi besekuphele imidlalo eyisikhombisa yagcina ukuwina.

Ngokusho kukaMoloi, abantu basuke balindela okukhulu kuleli qembu ngemuva kokwehlula iKaizer Chiefs ngo-1-0 ngoDisemba.

“Uyabona, ngemuva kokuba izinto zisihambele kahle zisuka, kulandela ukwehlula iKaizer Chiefs esigabeni sokuqala sesizini, ukwenyukela phezulu, nokuhlala endaweni yesibili.

"Abantu babecabanga ukuthi iqembu selikulungele ukuhlala phezulu isikhathi eside, kodwa mina ngangibazi abadlali esinabo nokuthi singafika kuphi nabo.”

- SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.