Ubonga ukwesekwa umndeni womculi we-Jazz, uKlaasen

2017-01-21 13:34

Johannesburg - Indodana kaloyo obeyinkakha yomculo weJazz, uThandi Klaasen, uRoger Phambani, izwakalise ukubonga kwayo ngemiyalezo nokwesekwa kulesi sikhathi esinzima emndenini.

UKlaasen ushone eseneminyaka engu-86 ubudala ngempelasonto eyedlule kanti uzongcwatshwa ngokwezinga likahulumeni.

OLUNYE UDABA: Akasekho emhlabeni umculi wakuleli we-Jazz

Le nkakha yomculo yazalelwa eSophiatown kwathi ngezikhathi zodlame umndeni wakhe wathuthela eDube, eSoweto. Ngokuhamba kwesikhathi umndeni waphinde wathuthela eThokoza, eKurhuleni, lapho ashadela khona.

UKlaasen wangeniswa esibhedlela saseVosloorus ngomhlaka-9 Disemba 2016 lapho okumenela khona ngomhlaka-15 Januwari 2017.

Inkonzo yesikhumbuzo izobanjwa ngoLwesithathu eGermiston City Hall emini kuze kushaye izithuba zabo-17:00.

UKlaasen uzobekwa endaweni yakhe yokugcina eHeroes Acre emathuneni aseTamboville eBenoni ngoLwesihlanu oluzayo.

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.