Uboshelwe elokushayela ephuzile owemoto ebandakanyeke engozini

2017-07-31 12:32

Cape Town – Kuboshwe owesilisa ngecala lokushayela ephuze utshwala ngemuva kokuba imoto yakhe ishayisane nebhasi ku-N1 ngaseKlipheuwel.

Babalelwa kwabangu-50 abagibeli abathole ukulimala kule ngozi eyenzeke ngeSonto.

Iziphathimandla kudingeke zisebenzise izindlawu ukukhulula abantu ababili ebebevaleleke emotweni encane.

OLUNYE UDABA: Kulimale 50 wabantu imoto ishayisana nebhasi

Okhulumela i-ER24 u-Ineke van Huyssteen uthi: “Kunabantu abalimale kabi kanye nabanye abathole imihuzuko kule ngozi. Abantu ebebesemotweni encane yibona abasesimweni esibucayi.

“I-ER24 kanye nezinye izinkampani zabosizo lokuqala baphuthumise abalimele ezibhedlela ezahlulekene ukuze bathole ukwelashwa okunzulu.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.