Uboshelwe ukushaya umlingisi osolwa ngokulala nesoka lomunye usaziwayo

2016-07-27 20:30

Nairobi - Ulandwe ngabakwazidlodlo emzini wakhe umlingisi osolwa ngokushaya omunye usaziwayo omsola ngokulala nesoka lakhe.

UVanessa Cheruto uzovela phambi kwenkantolo ngoLwesihlanu ngamacala okushaya.

OLUNYE UDABA:Umlingisi emkhankasweni wokukhuthaza intsha

Ngokwemibiko yeNairobi News, lo mlingisi uboshwe ngoLwesibili ngokulwa nomunye umlingisi oyingoduso yomculi we-Hip Hop uPrezzo.

uCheruto ulale ezitokisini kodwa wakhishwa ngebheyili ngoLwesithathu ekuseni.

UVanessa usola uMichelle Oyola oyisisulu ngokumchukuluza, uthi lesi sisulu besilokhu simjikijela ngezinto wase ehluleka ukuzibamba ngoba ebona ukuthi uyaqhubeka ngisho ezama ukumziba.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.