Uboshiwe obambe unina ngobhongwane bexabana

2017-02-02 11:31

Norcross — Amaphoyisa aseGeorgia obophe umfana ngokuklinya umama wakhe kulandela ukuqubuka kwengxabano.

Lo mfana oneminyaka engu-16 ubudala ubexabana nomama wakhe bebanga ukuthi akasayidli ngendlela imishanguzo yakhe.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Deon Washington uthe lokhu kwenzeke ngoLwesibili ebusuku.

OLUNYE UDABA:Kume ukusebenza kuphela imishanguzo esibhedlela

Isidumbu salo mama sitholwe umshana wakhe obe eseshayela amaphoyisa.

Umsolwa utholakale ngemuva kwamahora ambalwa wabekwa icala lokubulala, kubika i-AP.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.